Sikhuluma nabantu besifazane, sibheka izindlela ezahlukene
zokuzithokozisa uwedwa. Kwesinye isikhathi labantu besifazane banakho
ukuzizwa engathi izinto ezithile zibamnandi noma zijabulisa kuphela uma
kukhona umuntu wesilisa.
uDr Mthembu uzobheka izindlela ezahlukene zokuzijabulisa njengomuntu
wesifazane. Uzophinde athinte ukubaluleka kokuzinika isikhathi njengomuntu
wesifazane uwuqondisise umzimba wakho ukuze uzokwazi okuthandayo
nongakuthandi.

#Ubusuku Obuhle - Ezaselawini no Dr Nomcebo Mthembu - 19 March 2026
38:49

#Ubusuku Obuhle - Ezemfudo (AmaTVET Colleges neZiqu Zamakhono Omsebenzi) - 19 March 2026
26:30

#Ubusuku Obuhle -Ezemfundo (Studying during school holidays) - 19 March 2026
21:58