Umhlaka 10 ku Mfumfu usuku olwaziwa njenge World Mental Health Day, yingakho namhlanje sibheka ubudlelwane phakathi kwesimo somqondo nocansi. Ziningi izinto ezingathikameza indlela enixhumana ngayo nomuntu othandana naye njengoba umuntu nomuntu efika nomthwalo wakhe, indlela akhuliswa ngayo, indlela acabanga ngayo njalo njalo. Nawe mlaleli iba yingxenye yengxoxo yethu, iyiphi indlela obona ngayo ukuthi ubudlelwane, ukuxhumana nomuntu wakho buyaphazamiseka ngenxa yesimo sakho noma esakhe somqondo?

#Ubusuku Obuhle - Menzi Mbuli - 12 kuMfumfu 2026
33:05

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo no Miss. Silindile Mbatha - 8 kuMfumfu 2026
19:29

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo no Ms Hlengiwe Dlamini - 7 kuMfumfu 2026
20:09