Namhlanje sibheka isihloko abantu abaningi babuye banqene ukukhuluma ngaso. Ngabe sikhona isidingo sokuvezela umuntu wakho ukuthi bangaki abantu oke walala nabo ngaphambilini? Ngabe kubalulekile yini ukuvulelana izifuba nikhulume nge 'sexual history' yenu? Ukhona u Dokotela Nomcebo Mthembu esizolubheka naye loludaba.



