SizipholeleSizipholele

#Sizpholele - Siz’pholele noSaziwayo – Asavela Mngqithi - 05 June 2026

View descriptionShare
 

sihleli noSaziwayo okhulele elokshini lase Lamontville u Asavela Mngqithi, sikhuluma ngempilo yakhe, nangomsebenzi womkulingisa Kanye ne Foundation yokusiza abantu abasha azoyithula namhlanje. U Asavela waqala ukuvelela ngesikhathi edlala indawo kaNtwenhle Ndlovu emdlalweni kamabonakude Isibaya. Ngenxa yegalelo lakhe endimeni lokulingisa, uke wavela nakweminye imidlalo kamabonakude okubalwa kuyo Abomama, Durban Gen, Uzalo. Namuhla ungomunye wabalingisi abancane ngokweminyaka kodwa asebezakhele igama ngenxa yekhono neThalente lakhe, ngokuzimisela nokusebenza kanzima embonini yezobuciko.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Sizipholele

Sizipholele is a Friday show hosted by Thembeka Zondo-Cele
Social links
Recent clips
Browse 12 clip(s)