

#JabuluJule - Siz’pholele noSaziwayo – Big Zulu -12 June 2026
sihleli noSaziwayo u Siyabonga Nene aka Big Zulu okhulele ezintabeni zokhahlamba eBergville, KwaZulu-Natali. Ungumculi o rapper ngesizulu, ungumbhali wezingoma nomlingisi waseNingizimu Afrika othandwa kakhulu ezintabeni zase Bergville, embonini yamatekisi naseZweni lonkana. Uyazigqaja ngemvelaphi y…

Ezeshashalazi - Zama Nande Mngadi - 12 June 2026

#Sizpholele - Ezeshashalazi - Zama Mngandi - 05 June 2026

#Sizipolele - Sishay’ndawo no Ncumisa Fandesi - 05 June 2026
Sishay’ndawo no Ncumisa Fandesi ongumsunguli wekhasi ezinkundleni zokuxhumana I From RSA to the World, ikhasi elibhekelele abantu abathanda ukuvakasha kwezinye izindawo nakwamanye amazwe. U Ncumisa ungomunye wabaholi abahlonishwayo eNingizimu Afrika emkhankasweni wokufundisa abantu ngokuphathwa kwe…

#Sizpholele - Siz’pholele noSaziwayo – Asavela Mngqithi - 05 June 2026
sihleli noSaziwayo okhulele elokshini lase Lamontville u Asavela Mngqithi, sikhuluma ngempilo yakhe, nangomsebenzi womkulingisa Kanye ne Foundation yokusiza abantu abasha azoyithula namhlanje. U Asavela waqala ukuvelela ngesikhathi edlala indawo kaNtwenhle Ndlovu emdlalweni kamabonakude Isibaya. Ng…

#Siz’pholele noSaziwayo - uMandisi Dyantyis - 29 May 2026
UMandisi ungomunye wabaculi baseNingizimu Afrika abaziwa ngokuhlanganisa umculo we jazz, gospel kanye nomculo wesintu wase Afrika ngendlela enothile ngomlayezo. uMandisi Dyantyis usezakhele igama embonini yomculo ngenxa yezingoma zakhe ezithinta imizwa, ukuzimisela kwakhe esiteji kanye nekhono la…

#Szipholele - Ezeshashalazi -noZama - 29 May 2026

#Sizpholele - Sishay’ndawo no Nksz Smangele Gcabashe -22 May 2026
Sishay’ndawo kwingosi yethu entsha la sikhuluma khona no Nksz Smangele Gcabashe ngezokuvakasha kuzo zonke izifundazwe zase Ningizimu Africa ongumphathi omusha wehhotela eliphezulu eThekwini, lentokazi esencane yakhulela endaweni esemakhaya kodwa lokho akumvimbanga ukulandela iphupho lakhe.

#Sizpholele - Siz’pholele noSaziwayo - Mnz Musa Mseleku - 22 May 2026
sihambe sayofika eMzumbe ukuze sibe nengxoxo ekhethekile no Mnz Musa Mseleku. Ungusomabhizinisi, waziwa kakhulu kumabonakude ngoHlelo Umnakwethu noThando nesithembu, ungumbhali wezincwadi futhi uyisikhulumi esikhuthaza umphakathi. Uhlelo Uthando nesithembu olwaqala ukuvezwa kumabonakude ngomhlaka 1…

#Sizpholele - Pretty Masompisi we-Afro-pop - 15 May 2026
UNompendulo Mbhele, owaziwa ngelika Pretty Masompisi, ungumculi waseNingizimu Afrika osakhula emculweni we-Afro-pop othintwa nawomculo wokholo (gospel), odabuka eBhethania, ePort Shepstone. Udume ngezwi lakhe elithinta imizwa, indlela yakhe yokuxoxa izindaba ezisondelene nempilo, ikhaya nothando ez…