Nginomtwana ongumfana ona 13 years ongafuni ukuhlala ekhaya, uhamba ehlala emzini yabantu nakhona lapho esuke ehleli khona akukona ukuthi uhlala iskhathi eside uhlala usuku olulodwa noma ezimbili mese eya komunye umuzi uma esehamba kuloyo muzi, uhamba esemoshile ngokuntshotsha imali, amafoni mese eyabaleka akusekho la engaziwa khona into engiphatha kabuhlungu ukuthi lento ayenzayo uzolinyazwa abantu. Ngicela usizo kuKhozi nabalaleli ningilekelele kulenkinga engibhekene nayo sengimelwe inqondo manje ukuthi ngenzenjani.

#Jabulu Jule - Ithemba alibulali - Thank you - 15 October 2026
05:58

#Jabulu Jule - Umlazi New Sound Gospel Group - 15 October 2026
10:23

#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose -14 October 2026
15:00