Teatime no Lady D Mam Khoza ngaze ngagowa. Ngihlangane no wesilisa ngo February 2026, le nsizwa engikubone kuyo usuku nosuku intombi entsha. Cha nkosiyami akuselona isoka leliya ngathi uloyiwe. Uzongibuzake bengihlaleleni? Amasoka anendlela yawo ke ikho ebizwa ngamasoka so nami bengithithiza ziyakhona. 3 min
Inkinga enginayoke ukuthi ngimalile kuqala ngo July futhi ngabe nginamanga uma ngithi uke wangincenga angithi phela uye I Princess vele kuncengwa yena so angibanga nandaba, ngesonto elidlule la ngithole ukuthi ngikhulelwe. Ay’ ke ngibuyele kuye ngimazise nge WhatsApp, wafona wabuza ukuthi "Why now?" Akanaso iskhathi sama games ami futhi vele angishongo ukuthi ingane eyakhe! Mayeeeee ngimbuze uchazani ngoba eyakhe? impendulo yathi ngikhetha yena [ehleka efake nama emoji okuhleka] ngathi ayi sekosiza DNA wathi choooo akafune DNA, elokugcina angishiya nalo wathi" bengingathanda siyiqede i communication yethu today, wathi ucela ngisho konke engifuna ukukusho, wabe esengi blocker.

#Jabulu Jule - Sipho Makhabane - 30 July 2026
16:03

#Jabulu Jule - Singena kwiNgono yomsamu no Prof. VVO - 26 July 2026
15:13

#Jabulu Jabule - Langelihle Mgxati - 28 July 2026
13:16