Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu, sekukaningi sizwa abantu bekhala ngokuqolwa kwabantu ngamagama abo. Njengoba sisadingida udaba lwezinhlobo zama scams, sizoxoxisana noMlaleli othi kunomuntu owamfaka kuMasingcwabisane engazi, kuthe uma uMama wakhe eseyojoyina umasingcwabisane kwatholakala ukuthi usevele uyilungu kodwa abazani nomuntu omjoyinisile.

#Jabulu Jule - noKhaya Ndwandwe - (Umlando wesibongo sakwa Mthethwa) - 22 September 2026
07:49

#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu (Gender Based Violence ) - 22 September 2026
14:52

#Jabulu Jule - Tea Time (osehlukumezeke kaningi edlwengulwa ephindelela) - 21 September 2026
12:45