#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu ( Izinyoka zivame ukwanda ) - 03 November 2026
sikhuluma ngokuthi kule season isikhathi sezinyoka eNingizimu Afrika zivamise ukuqala entwasahlobo kuze kufike ihlobo (kusukela kuMandulo kuya kuNhlaba). Izinyoka zivame ukwanda kakhulu uma izinga lokushisa seliphezulu, njengoba ziphuma ezindaweni ezicashile ziyozingela futhi zizalane



