ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Le ngxoxo ichaza umehluko phakathi kwenqubo yokumangalela uMengameli ngaphansi kweSection 89 (Impeachment) kanye nenqubo yokuvota ukungabethembi uMengameli noma uHulumeni ngaphansi kweSection 102 (No Confidence vote). Sihlola indlela ngayinye esebenza ngayo, izizathu, imiphumela kanye nokuthi kungani lezi zinqubo zingafani #UkhoziFMWNB