#Vuk'qonde kabanzingezezimali no Sfiso Nala :Ezolimo zibaluleke kakhulu empilweni ngoba isisu asikweletwa. Nakwezamabhizinisi loluhlobo lwebhizinisi obelunganakekile kwabanyama seluyadlondlobala futhi sebeyanda abafudukela kulo. Namuhla sizokhuluma ngezindlela ezibalulekile uma ufisa ukungena kulo.