#UkhozifmVabs :Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Kulamasonto amabili adlule sikhulume kakhulu ngokubaluleka kokuba nama- goals ukuze impilo yakho ibe impumelelo. Namuhla sifisa ukufunda ukuthi senzenjani uma sesiqhuzukile kulama- Goals esizibekele wona? Senzenjani uma sekufika izimo noma abantu abasithikamizisayo?