#Ukhozifmvabs : Sikhuluma no Solomon Mthana wase Eastern Cape okhala ngokushintsha kwempilo yakhe emva kokuthi odokotela basesibhedlela i-Settlers benze iphutha ngemiphumela yakhe ye HIV. oDokotela bamtshela ukuthi unegciwane lesandulela ngculazi okwaholela ekutheni adle ama ARV inyanga yonke. UMthana uselahlekelwe umsebenzi kanye nengoduso yakhe osekumholele kuphuzo oludakayo ngenxa yaleliphutha. Sikhuluma naye uMthana, sizobuye sikhulume noMnyango weZempilo.
Ukhozi Breakfast

00:00 / 23:39