#Ukhozifmvabs- Ezweni Sakhile - Sikhuluma no Thule Mnguni usola lowo owayenguthisha wakhe ngokumqola imali engu R500, 000. Lothisha waphinde wabuya futhi nomngani wakhe owudokotela owaboleka u-R180, 000 ku Thule. Lemali kwaku ingxenye yesamba esatholwa u-Thule kwa Road Accident Fund emva kokuba sengozini yemoto ngo 2015.