#UkhozifmVabs:Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades (SAWIPT)  Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela, ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe. Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu   besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise, bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama- overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.
Ukhozi Breakfast

00:00 / 16:16