#Ukhozifmvabs :Siyaqhubeka nokugubha i-Mandela Day, manje sesikhuluma no Mnuz Sonwabile Ndamase owaduma ngokuthunga amahembe aziwa ngama Madiba Shirts. Osaziwayo ababalwa ngokuba nalama hembe ilowo owayengu mongameli wase Melika uMnuz Bill Clinton kanye nalowo owayengumdlali wesibhakela uMnuz Mike Tyson. Lomthungi ulibangise eMelika lapho ezoba khona ingxenye ye documentary ebizwa ngokuthi “Threads of Legacy”.#Ukhozifmvabs :Siyaqhubeka nokugubha i-Mandela Day, manje sesikhuluma no Mnuz Sonwabile Ndamase owaduma ngokuthunga amahembe aziwa ngama Madiba Shirts. Osaziwayo ababalwa ngokuba nalama hembe ilowo owayengu mongameli wase Melika uMnuz Bill Clinton kanye nalowo owayengumdlali wesibhakela uMnuz Mike Tyson. Lomthungi ulibangise eMelika lapho ezoba khona ingxenye ye documentary ebizwa ngokuthi “Threads of Legacy”.