#Ezwenisakhile :Sixoxa no Ntombifuthi Khumalo wase Bergville eDukuza ozama ukutholela ingane yakhe yomfana eneminyaka engu 9 usizo. Lomfanyana ofunda uGrade 4 unesifo odokotela bakhe abathi i- hygroma lapho uhlangothi lobuso bakhe lubukeka luvuvukele ngathi lulukhulu kunolunye, futhi ngathi luyawa bese lumnyama ngebala. Lokhu sekudlulele nasonyaweni olungakuhlangothi olufanayo, nalo olukhulu kunolunye