Amaqembu aphikisayo athi afuna isixazululo njengoba kuqhubeka imibhikisho malungana nezinhlelllo zokungabibikho kwezindlu , amanzi kanye nokuthuthwa jwendle uma ngabe iMeya yomkhandlu dolobha wase Goli u Parks Tau esethula inkulumo yakhe ye dolobha e Braamfontein namhlanje . Lamaqembu aphinde aphawula kabanzi ngokungasebenzi kwamarobothi , izinkinga zokuthuthelw akukagesi , kanye nokungaqoqwa kwenfucuza ngendlela efanenle . Okhulumela i DA u vasco Da gama uyenaba kabanzi ngalokhu
[TAKE: SB
INCUE: Our interest is .....
OUTCUE: ..... to do this time
TO: 0'25"
DURATION:0'25"]
Kusenjalo kubikwa ukuthi bafuna ukwazi ukuthi ngabe benzeni , kubikwa ukuthi akusetshenzelwanga ngendlela egculisayo umphakathi ezinhlelweni zakwa City Power , Joburg Water uthi udoti ugcwele yonke indawo i Piki it Up ayiwenzi umsebenzi okumele ukuthi iwenze ngendlela egculisayo . Ugesi wasemgwaqeni awusebenzi uma ngabe kuna imvula.