Izakhamizi ezisezifundazweni ezisenyakatho zingalindela imvula kulelisonto elizayo. Kodwa lemvula izobe inganele ukuthi ingagcwalisa amadamu akuleli. Isangoma sezulu uKobus Cronje nomakunjalo uthi bazokwamukela noma iyiphi imvula njengoba isomiso siqhubeka