PODCAST: ABASIKI BEBUNDA 16/07/2024
Lowo owabe enguMengameli wezwe uMnu Jacob neqembu iMK sebefake isicelo esiphuthumayo enkantolo yamajaji ngenhloso yokuvimbela iSABC ukuba isebenzise igama elithi uhulumeni wobumbano (Government of National Unity), uma ikhuluma ngohulumeni wehlandla lesikhombisa. Ukuthola incazelo ebanzi ngaloludab…
ABASIKI BEBUNDA: MAQHUTSHANA SECONDARY TEACHERS THREATENED
Babhekane nengwadla abanye bothisha besikole samabanga aphakeme i Maqhutshana e Bothas Hill, ngaphandle kwedolobha iTheku ngenkathi bethola imiyalezo ebasabisayo. Labothisha ababizwe ngezincanga bayalelwe ukuthi baphume baphele kulesisikole embhalweni okubikwa ukuthi ubusesangweni lesikole noma b…
ABASIKI BEBUNDA: DISCUSSION - MINISTER MCKENZIE RELEASES NAMES OF ARTISTS AND SPORTSPEOPLE IN COVID-19 BENEFICIARY LIST
Ungqongqoshe wezemidlalo, amaciko kanye namasiko uGayton McKenzie uyalele umnyango wakhe ukuba ushicilele uhlu lwabobonke abahlomula kwisibonelelo semali kahulumeni ngesikhathi kudlange igciwane le Covid 19 phakathi konyaka u 2020 no 2021. Loludaba silubheka kabanzi noZimasa Velaphi oyinhloko yez…
ABASIKI BEBUNDA: NO DEAL BETWEEN ANC AND DA IN GAUTENG, CABINET STILL UNANNOUNCED
Sekuphinde kwaba nokunye ukubambezeleka kokumenyezelwa kwesishayamthetho sesifundazwe iGauteng kulandela ungqingetshe kwizingxoxo phakathi kwe DA ne ANC. Undunankulu walesisifundazwe uPanyaza Lesufi ubesekulungele ukwenza lesisimemezelo izolo mayelana nokuthi obani abazokwengamela izikhundla zongqo…
ABASIKI BEBUNDA: REACTIONS TO RAMAPHOSA'S NEW CABINET
Sekube nokuphawula okwehlukene ngesimemezelo sikaMengameli Cyril Ramaphosa sekhabinethi elisha ngaphansi kohulumeni wobumbano. -Sixoxisana no Thubelihle Zondi we African Farmers' Association of South Africa ngokuthi ikwamukele kanjani ukuqokwa komholi weDA u John Steenhuisen njengongqongqoshe omus…
EZANGEMPELASONTO: THULANI YEYEYE GUMEDE
Namuhlanje ohlelweni sinengxoxo no Mnu Thulani Yeyeye Gumede, ongumbhali wencwadi enesihloko esithi 'The Man Who Bends In The Storm'. Lokhu kuza njengoba sibeke ku Ntulikazi, okuyinyanga yamadoda.