Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: KZN E-HAILING COUNCIL REACTS TO BEING RECOGNISED AS A LEGAL FORM OF PUBLIC TRANSPORT.

View descriptionShare

Izinto zokuthutha umphakathi ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile futhi ezisebenzisa ama app, ezifana ne Uber kanye ne Bolt sezisebenza ngokusemthethweni kuleli. Lokhu kuza ngemuva kokuba ngoLwesihlanu olwedlule umnyango wezokuthutha kuzwelonke ushicilele imithetho elawula ukusebenza kwazo lezithuthi. Nokho ke izinhlangano ezilawula loluhlobo lwezokuthutha kukhona lapho zingathokozile khona.

Sixoxisane nosihlalo we KZN E-hailing Council, uSipho Mabika, mayelana nokungathokozi kwabo. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 761 clip(s)