Kunombiko ophumile oveza ukuthi iNingizimu Africa isebenzise imali engaphezulu kuka 1 Trillion yamarandi igembhula kulonyaka ka 2024.
Ngabe neyakho imali ikhona kulesibhalo? Uma ungumuntu ogembhulayo,
ungathi usakwazi ukuzilawula noma sekuphume esandleni? Waqala kanjani,
wawuzitshela ukuthi kungase kufike la ukhona manje?