#Jabulujule -Sikhuluma ngesimo somunye owaboshwa ngokuthi abandakanyeke ebugebengwini wakhwabanisa imali waboshwa, manje usephumile uzama ukuqhubeka nempilo yakhe kodwa kunzima ngenxa yokuthi igama lakhe noma izithupha zakhe zibonakalisa ukuthi une-Criminal record okwenza kungabikho lula ukuthola umsebenzi.