#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sikuyona inyanga lapho iningi labantu bezothola khona imihlomulo yamabhonasi ,ukuhlukaniswa kwezimalizezitokofela,imifela ndawonye izohlukanisa izimali, izigebengu zithe bhe nazo zizothatha amathuba kulabo abazoba budedengu. Ingakho sithi asixwayisane sicushisane ngezokuphepha.