#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngobungozi bokuhlukumezeka ngokomoya (being emotionally abused). Sikhuluma no Sindisiwe owesifazane owaboshwa wagwetshwa iminyaka eyishumi nesihlanu kodwa wadonsa iminyaka eyisikhombisa ejele, eboshelwa ukubulala lona wesilisa owethandana naye okwaba yicala lokubulala.