#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sibuka udaba lendoda evume amacala ethweswe wona, lendoda ngokwemibiko kuthiwa ivume amacala ethweswe wona yabonakala kwi-Video eyaqoshwa lapho ebonakala ephethe izimpahla ezibonakala ukuthi zitatshiwe ( wayephethe igilosa ngobaskidi )ngesikhathi sezibhelu ngo Julayi wonyaka ka 2021 kwesinye sezitolo endaweni yase Thekwini i-Davenport.