#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Emva kokukhishwa kwama Crime Stats umphakathi wase Nanda naso Lundi luthungathwe izehlakalo ezinesihluku sokubulawa kwabantwana bamantomnbazane. Sikhuluma nezintatheli ezihambe zayocoshela kulezehlakalo, siphinde sikhulume noMama wabantwana.