Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - KWANDABA ZABANTU (25 JULY 2024)

View descriptionShare

Sithole i-Email kumlaleli ongathanda ukuthi simeluleke kulengosi yakwaNdabazabantu. 

Ifundeka kanje: 

Sanibona emsakazweni ngicela ningangivezi. Ngihlala eGP province ngingowase NN ngokuzalwa, nginenkinga noskoni wami Kanye nengane yakhe yomfana ehlezi ingithuka angazi ngibangiswani. Ngafika kuloyamuzi ngino 16yrs manje ngina 44yrs abakhoni ukungamukela ukuthi ngashada nomalume /nobhuti wabo.

Sihlala emzini wethu asihluphi muntu. Umamazala wami ngicabanga ukuthi uyena obasa lomlilo ngoba bahlezi bethi ngidla imali yomntanakhe kodwa nami ngiyasebenza as inures Kwesinye sezibhedlela la EGP ngiyamthanda umamazala wami kodwa anginazwi ngoba kwasayena ulimenemene ngicela ukusizakala ekutheni ngingambuyisa kanjani umamazala ezimpilweni zethu nokuthi laba abangithuka ko Facebook ngenze njani ngabo?

Ngiyabonga from unkownimas

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    832 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 848 clip(s)