Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE - DISABILITY 360 (23 JULY 2024)

View descriptionShare

Njalo ngolwesibili sikhuluma nabammeli abakwa TM Mfeka attornies, basicobelela ngolwazi nge-Disability Rights Charter of South Africa. Silokhu sifunda ukuthi uthini lomqulu wamalungelo wabantu abakhubazekile. Isonto nesonto usazisa
ngelungelo elilodwa elikulomqulu ukuze abantu abakhubazekile nabangakhubazekile bazi kangcono ngalamalungelo futhi siwahloniphe.

Namhlanje sizobuka ilungelo lesigaba seshumi nanhlanu (15)

ISIGABA 15. UKUBALULEKA KOKUBA NEMPILO ENONOPHELE NGAZO ZONKE IZINDLELA.

Abantu abakhubazekile bayoba nelungelo lokuzenzela izinqumo kuyo yonke ingxenye yempilo yabo. Bephile impilo ephelele njengawo wonke umuntu oyisakhamuzi eSouth Africa.

Siyakugqugquzela ukuthi uthole lezingxoxo esezidlule kuma- Podcast ethu- www.ukhozifm.co.za uKhona uThabani ovela kwa- TM Mfeka Attorneys ukusazisa kabanzi ngalomqulu.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    832 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 848 clip(s)