{"type":"rich","version":"1.0","title":"#UkhozifmVabs:Namhlanje sixoxa ngodaba lwentsha ebonakala iya ngokuzinikela ebugebengwini kulandela ukubulawa kowesolwa ngokuba umholi wemgulukudu i-West Gang yase Nanda eThekwini. U-Mnqobi Ndimande okubikwa ukuthi ubeneminyaka engu 22 wabulalwa ngenkathi bedubulana namaphoyisa ngenyanga edlule. Ubengcwatshwa kulempelasonto esiphuma kuyo. Nakuba esolwa ngamacala afana nawokubulala, ukuphanga nokushisa impahla kodwa umndeni wakhe uthi awumazi engumuntu onjalo. Ake sixoxe no sisi ka Mnqobi omdala uNompumelelo Mngoma, sizophinde sixoxe no Dr Mfanozelwe Shozi ophuma kwi KZN Men’s Sector bese siphetha nomnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo.","author_name":"Ukhozi Breakfast","author_url":"http://www.ukhozifm.co.za/","provider_name":"Omny Studio","provider_url":"https://omny.fm","html":"<iframe src=\"https://omny.fm/shows/vuka-africa-breakfast-show/ukhozifmvabs-namhlanje-sixoxa-ngodaba-lwentsha-ebo/embed\" width=\"100%\" height=\"180\" allow=\"autoplay; clipboard-write; fullscreen\" allowfullscreen frameborder=\"0\" title=\"#UkhozifmVabs:Namhlanje sixoxa ngodaba lwentsha ebonakala iya ngokuzinikela ebugebengwini kulandela ukubulawa kowesolwa ngokuba umholi wemgulukudu i-West Gang yase Nanda eThekwini. U-Mnqobi Ndimande okubikwa ukuthi ubeneminyaka engu 22 wabulalwa ngenkathi bedubulana namaphoyisa ngenyanga edlule. Ubengcwatshwa kulempelasonto esiphuma kuyo. Nakuba esolwa ngamacala afana nawokubulala, ukuphanga nokushisa impahla kodwa umndeni wakhe uthi awumazi engumuntu onjalo. Ake sixoxe no sisi ka Mnqobi omdala uNompumelelo Mngoma, sizophinde sixoxe no Dr Mfanozelwe Shozi ophuma kwi KZN Men’s Sector bese siphetha nomnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo.\"></iframe>","width":600,"height":180}