{"type":"rich","version":"1.0","title":"#Ezwenisakhile :sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena. Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana.","author_name":"Ukhozi Breakfast","author_url":"http://www.ukhozifm.co.za/","provider_name":"Omny Studio","provider_url":"https://omny.fm","html":"<iframe src=\"https://omny.fm/shows/vuka-africa-breakfast-show/ezwenisakhile-sikhuluma-ngodaba-olubandakanya-ukuk/embed\" width=\"100%\" height=\"180\" allow=\"autoplay; clipboard-write; fullscreen\" allowfullscreen frameborder=\"0\" title=\"#Ezwenisakhile :sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena. Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana.\"></iframe>","width":600,"height":180}