{"type":"rich","version":"1.0","title":"#Ezwenisakhile :Sibheka udaba oluthinta omama ababili abasola izibhedlela zase KZN ngokuduka kwezingane zabo ngesikhathi beyoteta. Odabeni lokuqala u-Nqobile Buthelezi wase Folweni eThekwini uthi wathola amaphepha amabili ayesho ukuthi utete amawele elomfana nelentombazane kodwa waphuma e-theatre nosana olulodwa olwentombazane kuphela. Wagcina engayitholanga incazelo egcwele ngokuthi kwenzakalani ngengane yomfana. Loludaba baze baludlulisela nasemaphoyiseni kodwa abalutholanga usizo. Odabeni lwesibili u- Zinhle Duma wase Molweni ePinetown uthi wayekhulelwe amawele kodwa wagcina ehambe nengane eyodwa yentombazane emva kokuthi udokotela ethe akayiboni ingane yesibili ngesikhathi emtetisa e-theatre. Sikhulumile noMnyango weZempilo eKZN bathi basaphenya. Sizophinde sikhulume nommeli ozosicebisa ngemigudu engathathwa izivakasheli zethu.","author_name":"Ukhozi Breakfast","author_url":"http://www.ukhozifm.co.za/","provider_name":"Omny Studio","provider_url":"https://omny.fm","html":"<iframe src=\"https://omny.fm/shows/vuka-africa-breakfast-show/ezwenisakhile-sibheka-udaba-oluthinta-omama-ababil/embed\" width=\"100%\" height=\"180\" allow=\"autoplay; clipboard-write; fullscreen\" allowfullscreen frameborder=\"0\" title=\"#Ezwenisakhile :Sibheka udaba oluthinta omama ababili abasola izibhedlela zase KZN ngokuduka kwezingane zabo ngesikhathi beyoteta. Odabeni lokuqala u-Nqobile Buthelezi wase Folweni eThekwini uthi wathola amaphepha amabili ayesho ukuthi utete amawele elomfana nelentombazane kodwa waphuma e-theatre nosana olulodwa olwentombazane kuphela. Wagcina engayitholanga incazelo egcwele ngokuthi kwenzakalani ngengane yomfana. Loludaba baze baludlulisela nasemaphoyiseni kodwa abalutholanga usizo. Odabeni lwesibili u- Zinhle Duma wase Molweni ePinetown uthi wayekhulelwe amawele kodwa wagcina ehambe nengane eyodwa yentombazane emva kokuthi udokotela ethe akayiboni ingane yesibili ngesikhathi emtetisa e-theatre. Sikhulumile noMnyango weZempilo eKZN bathi basaphenya. Sizophinde sikhulume nommeli ozosicebisa ngemigudu engathathwa izivakasheli zethu.\"></iframe>","width":600,"height":180}